Isihlakothi umuthi osetshenziselwa ukuchatha izingane ezincane, uyawugxoba uwufudumeze beze uchatha ingane enenkinga yobuhlungu besisu. Uyasisebenzisa isihlakothi ukulwa nezitha kanye nabathakathi. Isihlakothi siyangena futhi emithini yokubiza inhlanhla yemali. Isihlakothi siyangena emthini yokuchela egcekeni.
Isihlakothi senzani?Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |